isiZulu Literature
Filter
3 Items in Grid
4 Items in Grid
List
12 items per page
16 items per page
20 items per page
24 items per page
Position
Name: A to Z
Name: Z to A
Price: Low to High
Price: High to Low
Publication Date
Indlal' Inamanyala ngumdlalo omalunga nabafazi ababini ababe ngamahlwempu. Babethwala imithwalo yabanye abantu kwisikhululo seeteksi ukuze bakwazi ukusa into phantsi kwempumlo kwaye bafundise abantwana babo.
Isilulu Selwazi libuthelelo lomtlolo-ndabuko ofana: neenolwanakolelo, iinolwanandatjana, iinolwana-nlwana; iinolwana-ngorho, zanje/ zemadorobheni; iinkondlondabuko: Iimbongo zomuntu ngamunye, iimbongo zeenkoro, iingoma zendabuko kanye nezitjho zendabuko: Izaga, izitjho kanye neenrarejo.
Cambridge Eleven is a growing series of original literature written principally for 13 to 17 year-old readers. Titles are only published in the language they were originally written in. Cambridge Eleven refers to the eleven official languages of South Africa, and not the number of titles in the series.
Izimvemvane is written in IsiZulu. Izimvemvane yiqoqo lezinkondlo ezibhalwe ngokuhlanganyela nguSolwazi A.M. Maphumulo kanye noMnumzane Themba Qwabe
Le ncwadi Izaqheqhe iqukethe ubuciko obuphathelene nokusebenzisa amagama agqame emibhalweni efundwayo. Lobu buciko buvame ukubandakanywa ngaphansi kwegama lokuthi 'folklore'.
Ukwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo.
Le ncwadi iqukethe izindaba ezimfushane ezexwayisa umphakathi ngezehlo ezehlela abantu empilweni yabo mihla nezolo. Uma umfundi efunda lencwadi ufumana amasu okuzivikela nokucabanga ngekusasa eliqhakazile. Kanti futhi ifundisa umuntu ukuthi azi ‘umuntu umuntu ngabantu’ Izandla ziyagezana.
Leli iqoqo lezinkondlo ezihlabahlosile ezibhalwe ababhali abanohlonze. Kukhona nengxenye yokuhlaziya izinkondlo kanye nencazelo ngezinhlobo zazo. Leli qoqo lihlangabezana nesidingo sezinkondlo emasekhondari.
Lena akuyona indaba eyenzeka ngempela, iphupho lami nje. Ngithe angibeke induku ebandla. Ngithi-ke ngingathokoza kakhulu uma zinganda izindatshana zabaqede umatikuletsheni kuphela.
Imihla ngemihla yokuphila kwethu sihlangabezana nezinkinga, kokunye sehluleke ukuzixazulula. Sithi lapho sesehlulekile sikhombe abanye abantu ngeminwe. Kuyilungelo lanoma ngubani ukuphila impilo ayithadayo, uma engahlukumezi abanye.