isiZulu Literature
Filter
3 Items in Grid
4 Items in Grid
List
12 items per page
16 items per page
20 items per page
24 items per page
Position
Name: A to Z
Name: Z to A
Price: Low to High
Price: High to Low
Publication Date
Indlal' Inamanyala ngumdlalo omalunga nabafazi ababini ababe ngamahlwempu. Babethwala imithwalo yabanye abantu kwisikhululo seeteksi ukuze bakwazi ukusa into phantsi kwempumlo kwaye bafundise abantwana babo.
Cambridge Eleven is a growing series of original literature written principally for 13 to 17 year-old readers. Titles are only published in the language they were originally written in. Cambridge Eleven refers to the eleven official languages of South Africa, and not the number of titles in the series.
Cambridge Eleven is a growing series of original literature written principally for 13 to 17 year-old readers. Titles are only published in the language they were originally written in. Cambridge Eleven refers to the eleven official languages of South Africa, and not the number of titles in the series.
Izimvemvane is written in IsiZulu. Izimvemvane yiqoqo lezinkondlo ezibhalwe ngokuhlanganyela nguSolwazi A.M. Maphumulo kanye noMnumzane Themba Qwabe
Zidlana imilala is written in IsiZulu. Zidlana Imilala, yiqoqo lezinkondlo elihlelwe yingwazi yolimi lwesiZulu uSolwazi A.M. Maphumulo. Lihlelelwe amabanga aphezulu kubandakanya ibanga leshumi nambili. Linezinkondlo ezibhalwe izimbongi, iningi lazo esezike zagiya kulo munxa wezinkondlo.
Le ncwadi Izaqheqhe iqukethe ubuciko obuphathelene nokusebenzisa amagama agqame emibhalweni efundwayo. Lobu buciko buvame ukubandakanywa ngaphansi kwegama lokuthi 'folklore'.
Le noveli ikhuluma ngentombazene eyintandane okufanele iqonde izinkinga eziningi ezinjengokuhlukunyezwa, izidakamizwa, ukwesela umsebenzi njll, ukuze ithole uthando, isithunzi nempilo engcono.
Ukwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo.
Leli iqoqo lezinkondlo ezihlabahlosile ezibhalwe ababhali abanohlonze. Kukhona nengxenye yokuhlaziya izinkondlo kanye nencazelo ngezinhlobo zazo. Leli qoqo lihlangabezana nesidingo sezinkondlo emasekhondari.
Lena akuyona indaba eyenzeka ngempela, iphupho lami nje. Ngithe angibeke induku ebandla. Ngithi-ke ngingathokoza kakhulu uma zinganda izindatshana zabaqede umatikuletsheni kuphela.